Sike saba nengxoxo ekhethekile nomculi u-Des Lash Shongwe ngodaba lwakhe oluthinta ibandla le-illuminate.
wajoyina lelibandla ngethemba lokuthi uzothola udumo, imali kanye nesasasa eledlulele kwezomculo. Kodwa agcine kuthiwa
akakwenze ukuze athole konke loko, kumugxumise uhafu njengoba besekufuneka enze umhlabelo wegazi ngomama wakhe kanye nomntwana wakhe.
#UkhozifmVabs : RIP Zanele Mbokazi
#Amazwi okuqala usuku : Dr Ngogi Mahaye
#Ukhozifmvabs:Ingxoxo ekhethekile no DJ Zinhle.
#UkhozifmVabs :Namhlanje siqeda iminyaka engu-68 abesifazane bakuleli bamashela e-Union Buildings, ePitoli. Abantu besifazane ababalelwa ku 20-thousand babephikisana nokuphathwa kwamapasi ngabantu abamnyama ngesikhathi bethelwa ngoyaba ngamaphoyisa obandl
#Amazwi okuqala usuku : Lungisa Simelane
#Amazwi okuqala usuku : Scelo Mncube
#Amazwi okuqala usuku : Dr Ngogi Mahaye
#Ezweni Sakhile :Namhlanje sikhuluma no Thembi Mkhize owathunjwa izinsuku ezintathu waphinde wadlwengulwa emva kokuphendula i-post yakwa Facebook eyayikhangisa umsebenzi. Lesehlakalo esenzeka ngonyaka ka 2021 sabikwa emaphoyiseni kodwa namanje umenzi wobu
#Amazwi okuqala usuku : Dr Nelisiwe Zimu
#Vuka uqondekabanzi ngokuguquguquka kwesimo sezulu:Ungwengwezi lokugcina lomoya oluzungeze umhlaba (troposphere)
#Ukhzifmvabs:Yize iningi lizishayela ihlombe izenzo zamaphoyisa zokubulala abasolwa kodwa kukhona imibono ephambene nalokhu. Lemibono evela kongoti abahlukahlukene iqhakambisa ukuthi ubufakazi neqiniso bufa nabo abasolwa kanti namacala awasafiki enkantolo
#Amazwi okuqala usuku :Paul Nzimande
#UkhozifmVabs :Namhlanje sikhuluma ngabantu aba single kodwa beshadile. Kulezizimo uthola ukuthi labashadikazi basahlala ndawonye kodwa inhlansi yothando ayisekho, noma omunye athi usapholisa ikhanda. Usuke wadlula kulesimo noma ukulesimo njengamanje? Nga
#Ukhozifmvabs :Sithe asiqale inyanga yabesifazane ngokukhuluma no Solwazi Nokuthula Sibiya oqophe umlando ngokuqokwa njengowesifazane owokuqala esikhundleni sokuba yiPhini lika Shansela e-Mangosuthu University of Technology. USolwazi Sibiya ongowokudabuka
#Amazwi okuqala usuku :Musa E Zulu
#UkhozifmVabs :Sikhuluma ngezingqinamba othisha ababhekana nazo ezikoleni kulandela izigameko zakamuva esizibone zibeka izimpilo zothisha kanye nabafundi engcupheni. Kwisigameko sokuqala kubikwa ukuthi kugasele izigilamukhuba esikoleni saKwaMashu ezintsho
#UkhozifmVabs:Uyaqhubeka umsindo mayelana nodaba oluthinta lowo ongenele u-Miss SA u-Chidimma Adetshina okubikwa ukuthi abazali bakhe akubona abase Ningizimu Afrika. Ngesonto eledlule sike sazama ukuthola uMnyango wezaseKhaya ukusichazela ukuthi yini eyen
#Amazwi okuqala usuku : Scelo Mncube
#Ezwenisakhile :Sikhuluma no Ntombikayise ozosichazela ngesimo aphila ngaphansi kwaso.
#Amazwi okuqala usuku :DrNgogi Mahaye
Create your
podcast in
minutes
It is Free
Insight Story: Tech Trends Unpacked
Zero-Shot
Fast Forward by Tomorrow Unlocked: Tech past, tech future
Lex Fridman Podcast
The Unbelivable Truth - Series 1 - 26 including specials and pilot