#Ezweni SAkhile :Sekuphele iminyaka engu 14 uMnuz Sibusiso Mazibuko ezama ukuthola isinxephezelo sakhe sakwa Road
Accident Fund emva kokushayiswa imoto e-Newcastle ngonyaka ka 2011. Umama ka Sbusiso u-Cremensia Mazibuko ubegqigqa
emahhovisi ka-RAF yonke leminyaka kwaze kwathi ngonyaka ka 2020 bamtshelwa ukuthi sekunommeli osekuyena ozomela u-Sbusiso
kuloludaba. Ngokuka Cremensia abamazi lommeli futhi akaze bahlangane naye kepha ummeli uthi u-Sbusiso wafika ezocela usizo
emahhovisi akhe eGoli ngonyaka ka 2017. Sikhuluma nomama ka Sbusiso u-Crementia, kanye no mmeli uMnuz Billy Nkonwani bese
sivala ngo Nomkhosi Gumede waka RAF.
VUKA UQONDE KABANZI NGEZEPOLITIKI no Khanyi Magubane_Ubudlelwano be Ningizimu Africa ne Russia bubonalala bungalingene
AMAZWIBELA Ziyalunga izinhlelo zokubuyiswa komzimba womfundi obefundela ubudokotela oshonele e Philippines
AMAZWIBELA SIKHULUMA no Mama womfundi obenza izifundo zobudokotela odlule emhlabeni ePhilippines okudingeka izinkulungwane ukuze umzimba ubuyiswe eNingizimu Africa
VUKA AFRIKA MOTORING no Sonelo Myeni_Kwisimo esenzeke eGoli kudilika umgwaqo uyifaka kuphi nakanjani claim yemoto yakho elimele
Ukubungaza usuku olukhulu i Mandela Day silubungaze nomculi uThandiswa Mazwai
AMANDLA OMNOTHO NO Gugulethu Xaba Iningizimu Africaizobe ingusihlalowamazwe e BRICS kulonyaka
VUKA AFRIKA MOTORING NO Sbonelo Myeni Sikusiza ukuvikela ama tracers angekho emthethweni afuna ukuthatha imoto yakho
EZWENI SAKHILE ukhala uyazithulisa obezitika ngemali yezipoki
INGXOXO EKHETHEKILE no Samkelo Maseko oyintatheli yakwa SABC usixoxela ngomhlangano ekade benawo no Mongameli wezwe
AMANDLA OMNOTHO no Gugulethu Xaba ingakanani imakethe yamakhowe emhlabeni
VUKA UQONDE KABANZI NGEZEPOLITIKI no Khanyi Magubane udaba oluthinta umongameli wezwe nesekela lakhe
VUKA MOTORING no Sbonelo Myeni ululeka ngobubi nobuhle bokuthenga imoto ngesikweletu
EZWENI SAKHILE angizalanga ngabola amathumbu lawo ngamazwi ashiwo umama womfana owadlwengula udadewabo
Amandla omnotho no Gugulethu Xaba
Vuka uqonde kabanzi ngezepolitiki no Proff Bheki Mngomezulu
Vuka uqonde kabanzi ngezepolitiki no Khanyi Magubane
Ezweni Sakhile -Sibheka udaba luka Thisha nhloko owashiselwa umuzi wakhe endaweni yakwa Nongoma. Sabona ezinkundleni zokuxhumana ekhala eshiselwe umuzi nezimoto ezimbili.
Amandla omnotho no Gugulethu Xaba
Ingxoxo ekhethekile nomama womculi ongasekho emhlabeni u Riky Rick
Sigubha iminyaka ewu 63 yomsakazo Ukhozi Fm sikhuluma no Rev PV Zulu ngomlando womsakazo Ukhozi Fm
Create your
podcast in
minutes
It is Free
Insight Story: Tech Trends Unpacked
Zero-Shot
Fast Forward by Tomorrow Unlocked: Tech past, tech future
The Unbelivable Truth - Series 1 - 26 including specials and pilot
Lex Fridman Podcast