#Ezweni SAkhile :Sekuphele iminyaka engu 14 uMnuz Sibusiso Mazibuko ezama ukuthola isinxephezelo sakhe sakwa Road
Accident Fund emva kokushayiswa imoto e-Newcastle ngonyaka ka 2011. Umama ka Sbusiso u-Cremensia Mazibuko ubegqigqa
emahhovisi ka-RAF yonke leminyaka kwaze kwathi ngonyaka ka 2020 bamtshelwa ukuthi sekunommeli osekuyena ozomela u-Sbusiso
kuloludaba. Ngokuka Cremensia abamazi lommeli futhi akaze bahlangane naye kepha ummeli uthi u-Sbusiso wafika ezocela usizo
emahhovisi akhe eGoli ngonyaka ka 2017. Sikhuluma nomama ka Sbusiso u-Crementia, kanye no mmeli uMnuz Billy Nkonwani bese
sivala ngo Nomkhosi Gumede waka RAF.
EZWENI SAKHILE_Egameni lothando mina ngabulawa ngiphila umuntu wesifazane engangithandana naye engibhunyela nge-Acid
#IMfundo iyadlisa -Vumile Msweli umsunguli weHesed Consulting, a Pan-African coaching and training firm - sibuka indaba ethinta umfundi eseskoleni kusukela kwibanga lesikhombisa (22 kuNhlolanja 2024)
Vuka Uqode Kabanzi Ngezolimo - Nokukhanya ‘Brahmanlady’ Ngubo -sikhuluma ngokubaliuleka kokutshala iklabishi (22 kuNhlolanja 2024)
Vuka Africa Motoring - Sbo Myeni - uthi abakwaGWM bakhiphe iTank 300 okuyi SUV esezingeni eliphezulu (22 kuNhlolanja 2024)
Vuka uqonde kabanzi ngezobuchwepheshwe - Siphumelele Zondi - Inyunyana yabasebenzi abakhiqiza impahla zokugqoka, i Southern African Clothing and Textile Workers Union ithi ikhathazekile ngezitolo (21
Vuka uqonde kabanzi ngezimali - besikhuluma noSfiso Nala - uthi asibaleke kwimali mboleko (21 kuNhlolanja 2024)
Amandla omnotho - Gugulethu Xaba - sibheka umbiko weStats SA wokunyuka kwesibalo sabantu abangasebenzi engingizimu Africa kanye nemakethe yokudla (21 kuNhlolanja 2024)
Ezweni sakhile - sikhuluma nentombazane ena17 ithi yanukubezwa ubaba wayo yaze yathola umtwana (20 kuNhlolanja 2024)
Vuka uqonde kabanzi ngesimo sezulu noThandiwe Gumede - sibheka iturbulence - kudawayini ukugudluzela kwebhaloni lisemkhathini (19 kunhlolanja 2024)
Vuka uqonde kabanzi ngezepolitiki no Prof Bheki Mngomezulu - sibheka ukuthi ibenamthelela muni inkulumo kaMengameli iSONA kuyena nesithunzi sehhovisi lakhe {19 kuNhlolanja 2024}
Sikulethela zishisa_Sikhuluma nongu CEO we bange i Wesbank ngezinsolo ezivelile zivezwa othi wayesebenza khona zokuthi interest ekhokhwa abantu abamnyama iphezulu kunabebala
PODCAST MOTORING 25 JAN
Ezolimo_Ibhizinisi lemisundu
EZOBUCHWEPHESHE no Sphumelele Zondi_Usixoxela ngezimoto ezihamba ngogesi kuphela
16 DAYS OF ACTIVISM AGAINST WOMAN AND CHILDREN ABUSE (GBV)_Asibavikele singabahlukumezi
EZWENI SAKHILE_Kuthiwa owesilisa washiya umuzi wakhe wayohlala emgwaqeni ngenxa kankosikazi wakhe
iWorld Disability Day. Sikhuluma no Calvin Ratladi ongumlingisi kuShaka iLembe. Uphila ne-disability yomgogodla i- kyphoscoliosis
AMANDLA OMNOTHO no Gugulethu Xaba_Abantu abaningi bavala unyaka sizihlela kanjani ezezimali
EZWENI SAKHILE_Inyanga yalala nonkosikazi wami eyokwelashwa yamfaka ilumbo,ngiyafa alilapheki
VUKA UQONDE KABANZI NGOKUGUQUGUQUKA KWESIMO SEZULU _Yini ama basic weather concepts
Create your
podcast in
minutes
It is Free
Insight Story: Tech Trends Unpacked
Zero-Shot
Fast Forward by Tomorrow Unlocked: Tech past, tech future
The Unbelivable Truth - Series 1 - 26 including specials and pilot
Lex Fridman Podcast